![amaphupho nezincazelo zawo amaphupho nezincazelo zawo](https://img2.apksum.com/6f/com.turkimastiapp.happy/1.0.0/icon.png)
Uma ungakakwenzi akukholakali ukuthi ukukhuluma kuwusizo kanjani, umuntu uze abone lapho esekhulumile esezwa umthwalo wehlile. Phakathi kwalababantu kufuze kube khona ongamxoxela lendaba. Ludinga ukhulume nomuntu umlomo nomlomo - zama ukwenza lokho ngokuphuthumayo ukhulume nomethembayo noma abosizo lwezenhlalakahle, noma abomthetho, noma abesonto lakho, noma obethembayo besigodi noma umakhelwano wakho, noma abazali, umngane, isihlobo kumbe ozalwa nabo. Ngicela usizo bo angisakwazi nokulala kahle. Kuleliphupho sengiphuphe ngibulala abantu izinsuku ezilandelanayo futh kokunye kube umuntu wesifazane engimbulalayo engingamazi, izolo kube umuntu engimaziyo. Ngiyabingelela kusihlwa, ngicela ukubuza ukuth kusho ukuthin uma uphupha ubulala umuntu. Ngiphuphe owesifazane ekhulelwe kade ngisisa ukumbelethisa waze wabheka phansi wakhipha ingane yentombazana ebinomgexo obhalwe igama layo, ngabe kusho ukuthini? Ngiphuphe ugogo wami esewadlula emhlabeni esebhokisini eshonile kungathi sizombona kodwa kulelibhokisi phakathi bekunamanzi elele kuwo ngafikelwa umunyu ngakhala emva kokuba ngimbonile. Ngicela ukubuza ngiphuphe izinja zami ezimbili zifile ziphuphuma amagwebu engathi zidliswe ushevu,ngikhala kabuhlungu ngenxa yazo kungabe kuchazani ngoba angizikhumuli nasebusuku zihlala ziboshiwe. Sizonika incazelo yamaphupho ngezinkonjane. Sizokhipha izithakazelo zesibongo sakwaBhebhe. Ulubonile nje ulwazi esilukhiphe ngesonto eledlule?
![amaphupho nezincazelo zawo amaphupho nezincazelo zawo](https://i2.wp.com/iafrika.org/wp-content/uploads/2019/09/Buffalo_Thorn_Ziziphus_mucronata_17391412431-300x200.jpg)
Ngiphuphe eshonile futhi kodwa vele kade ashone kungabe kuchazn. Ngisacela icazelo lapha, ngiphuphe ubhuti wam useneminyaka ewu 7 adlula emhlabeni. Abanye abantu bona bashaywa uvalo kodwa bungekho ubungozi. Kweminye imindeni bakhishwa yizisu bonke ngesikhathi esifanayo. Ukufa yinto engeke siyivimbele ukuthi ingenzeki. Omunye abe nenhlanhla ngisho nokumbona umuntu lowo ozohamba emhlabeni. Kunamaphupho akuvezayo ukuthi kunomuntu ozohamba emhlabeni. Uma kuzohamba umuntu emhlabeni kubakhona izimpawu ezishoyo ukuthi kukhona okuzokwenzeka.